Thula Thula

Thula, thula mama
Thula, thula wena sithando sami
Wena ukhalela ni?
Thula, thula ngizoshesh'ukubuya
Thula wena sithando sami

Thula, thula
Thula sithando sami
Thula, thula

Thula, thula wena mntanami
Engab'ukhalelani
Ngizobuya mina
Thula, thula
Thula, thula mama
Thula, thula
Thula, thula baba

Sengizobuya ngibuye masinyane
Masinyane ngizobuya masinyane
Masinyane ngizobuya masinyane
Ngizobuya, ngizobuya

Thula, thula
Thula weh sithando sami
Thula, thula
Thula, thula weh mntanami

Thula mntanami
Ukhalelani mntanami
Thula mntanami
Ukhalelani mntanami
Thula mntanami
Ukhalelani

Thula wena
Thula wena
Thula wena

Thula mntanami
Ukhalelani mntanami

Thula
Thula, thula, thula, thula, thula wena
Thula, thula, thula, thula, thula, thula wena
Mus'ukukhala ubab'uzobuya
Mus'ukukhala umam'uzobuya

Curiosità sulla canzone Thula Thula di Ladysmith Black Mambazo

Quando è stata rilasciata la canzone “Thula Thula” di Ladysmith Black Mambazo?
La canzone Thula Thula è stata rilasciata nel 2006, nell’album “Long Walk to Freedom”.

Canzoni più popolari di Ladysmith Black Mambazo

Altri artisti di World music