Lungisa Indlela Yakho (Prepare Your Journey)

JOSEPH SHABALALA

Ziyam'phelel' izinsuk' umuntu emhlabeni, madoda

Xwaya, mtan' ami kukududana nalokhu
Ikhaya lakhe lise mgodini

Ziyam'phelel' izinsuk' umuntu emhlabeni, madoda

Xwaya, mtan' ami kukududana nalokhu
Ikhaya lakhe lise mgodini

Awu, nanti langa elihle
Seliphumil' ilanga elihle
Ilanga lokulunga (Eshe)
Eling' nguJesu

Awu, nanti langa elihle
Seliphumil' ilanga elihle
Ilanga lokulunga
Eling' nguJesu

Umalishona

Kuba mnyama nasemqondweni
Kuba mnyama

Umalishona

Kuba mnyama nasemqondweni (We ma)
Kuba mnyama

Ziyam'phelel' izinsuk' umuntu emhlabeni, madoda

Lungisa, lungisa, lungisa, lungisa, lungis' indlela
Uma 'sufik' ekhaya bangakuxoshi
Umunt' unamakhay' amabili
Lungisa, lungisa, lungisa, lungisa, lungis' indlela (Kanti)
Uma 'sufik' ekhaya bangakuxoshi (Wena)
Is'dumbu sinekhaya laso
Lungisa, lungisa, lungisa, lungisa, lungis' indlela
Uma 'sufik' ekhaya bangakuxoshi (Wena)
Umoy' unekhaya lawo
Lungisa, lungisa, lungisa, lungisa, lungis' indlela (Kanti)
Uma 'sufik' ekhaya bangakuxoshi (Wena)

Umalishona

Kuba mnyama nasemqondweni
Kuba mnyama

Umalishona

Kuba mnyama nasemqondweni (Mnyama baba noma)
Kuba mnyama (Kuba mnyama baba noma)
Kuba mnyama nasemqondweni (He ma)
Kuba mnyama (O, lashon' ilanga)
Kuba mnyama nasemqondweni (Kwaze k'babmnyama)
Kuba mnyama (O, lashon' ilanga)
Kuba mnyama nasemqondweni (Kwaze k'babmnyama we ba)
Kuba mnyama (O, kwakhanya manje)
Kuba mnyama nasemqondweni (Hawu ma, he mama)
Kuba mnyama (O, kwakhanya manje)
Kuya khanya nasemqondweni (Asu, kwakhanya manje)
Kuya khanya (Uma efik' uJesu)
Kuya khanya nasemqondweni
Kuya khanya (Kuyakhanya manje)
Kuya khanya nasemqondweni
Kuya khanya (Uma lishona)
Kuya khanya nasemqondweni (Kubamnyama nasemqondweni)
Kuya khanya (Uma lishon' ilanda)
Kuba mnyama nasemqondweni (Nase mqondweni)
Kuba mnyama (O, lashon' ilanga)
Kuba mnyama nasemqondweni (O, lashona, we mama)
Kuba mnyama (O, lashona langa)
Kuba mnyama nasemqondweni (Hayi, madoda)
Kuba mnyama (Aw'zwe-ke mama)
Kuba mnyama nasemqondweni (O, malishon' ilanga)
Kuba mnyama

Amen
Amen, hallelujah, amen (Hallelujah, Amen)

Curiosità sulla canzone Lungisa Indlela Yakho (Prepare Your Journey) di Ladysmith Black Mambazo

In quali album è stata rilasciata la canzone “Lungisa Indlela Yakho (Prepare Your Journey)” di Ladysmith Black Mambazo?
Ladysmith Black Mambazo ha rilasciato la canzone negli album “Inkanyezi Nezazi” nel 1998 e “In Harmony” nel 1999.
Chi ha composto la canzone “Lungisa Indlela Yakho (Prepare Your Journey)” di di Ladysmith Black Mambazo?
La canzone “Lungisa Indlela Yakho (Prepare Your Journey)” di di Ladysmith Black Mambazo è stata composta da JOSEPH SHABALALA.

Canzoni più popolari di Ladysmith Black Mambazo

Altri artisti di World music