Liph' Ithemba Lakho?
Noma (Nom'uyazi)
Kodw'awukakazi lutho
Ngob'awukakamazi
UNkulunkulu
Noma (Nom'uyazi)
Kodw'awukakazi lutho
Ngob'awukakamazi
UNkulunkulu
Hlonipha bo (Nom'uyahlonipha)
Kodw'awukahloniphi lutho
Ngob'awukamhloniphi
Uyihlo nonyoko
Hlonipha bo (Nom'uyahlonipha)
Kodw'awukahloniphi lutho
Ngob'awukamhloniphi
Uyihlo nonyoko
Khala bo (Nom'uyakhala)
Kodw'awukakakhali lutho
Ngob'awukakhalel'izono zakho
KuNkulunkulu
Khala bo (Nom'uyakhala)
Kodw'awukakakhali lutho
Ngob'awukakhalel'izono zakho
KuNkulunkulu
Hlabelela bo (Nom'uyahlabela)
Kodw'awukahlabeli lutho
Ngob'awukakamhlabeleli
UNkulunkulu
Hlabelela bo (Nom'uyahlabela)
Kodw'awukahlabeli lutho
Ngob'awukakamhlabeleli
UNkulunkulu
Hamba bo (Nom'uyahamba)
Kodw'awukahambi lutho
Ngob'awukakayi lapho
Uthunywe khona
UNkulunkulu
Hamba bo (Nom'uyahamba)
Kodw'awukahambi lutho
Ngob'awukakayi lapho
Uthunywe khona
UNkulunkulu
Thanda bo (Nom'unothando)
Kodwa uthando lwalutho
Ngob'awukakamthandi
UNkulunkulu
Thanda bo (Nom'unothando)
Kodwa uthando lwalutho
Ngob'awukakamthandi
UNkulunkulu
Wethembi ni?
Ungasondeli nje
KuNkulunkulu
Wahlalel'ekudeni (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Wahlalel'ekudeni (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Wahlalel'ekudeni (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Wahlalel'ekudeni (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho mama (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Wahlalel'ekudeni (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Liph'ithemba lakho (Liph'ithemba lakho)
Liph'ithemba lakho
Noma (Nom'uyazi)
Kodw'awukakazi lutho
Ngob'awukakamazi
UNkulunkulu
Hlonipha bo (Nom'uyahlonipha)
Kodw'awukahloniphi lutho
Ngob'awukamhloniphi
Uyihlo nonyoko
Khala bo (Nom'uyakhala)
Kodw'awukakakhali lutho
Ngob'awukakhalel'izono zakho
KuNkulunkulu
Amen
Amen, hallelujah
Amen