Abantu Bayahlupheka

Baba wethu
Nkosi yamakhosi
Mbusi wababusi
Ngoba wena
Ngoba wena
Usazi sonke
Kangcono kunokuba sizazi thina
Waz'okufihliweyo
Waz'okusobala
Waz'okuhle nokubi
Okub'uyakusola
Okuhl'uyakuvuma
Wawunjalo
(Usenjalo namanje)
Kwakunjalo
(Kusenjalo namanje)
(Sizakala naw'osengozini yokulahlwa)
Yilw'ukulwa
(Okuhle, unqobe)
(Khumbulan'ukuthi sisempini)
(Onganqob'uyanqotshwa)
(Sizakala naw'osengozini yokulahlwa)
(Sizakala naw'osengozini yokulahlwa)
(Sizakala naw'osengozini yokulahlwa)
Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Ngob'abantu bayehluleka
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Kodw'uJesu akehluleki
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Ngoba mawufika kumuntu ukwethwes'omuny'umthwalo
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Zanini kuJesu, zithatheleni uJesu
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Nan'enilele ezibhedlela, wozanini kuJesu, zinikeleni kuJesu
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Wozanini kimi nina nonke enikhathele, ngizoniphumuza
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki)
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Zanini kuJesu, zinikileni kuJesu, zithatheleni uJesu
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki)
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki)
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Ngoba mawufika kumuntu ukwethwes'omuny'umthwalo
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Wozanini kuJesu,
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki)
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Ngob'abantu baphelelwa nayisikhathi
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Ngoba abantu baphelelwa nayimali
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Zinikeleni kuJesu
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Zinikeleni kuJesu
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Zithatheleni uJesu
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki) Wozanini kuJesu nina nonk'enilele ezibhedlela
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki)
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki)
(Abantu bayehluleka, kodw'uJesu akehluleki)
Amen
Amen

Curiosità sulla canzone Abantu Bayahlupheka di Ladysmith Black Mambazo

Quando è stata rilasciata la canzone “Abantu Bayahlupheka” di Ladysmith Black Mambazo?
La canzone Abantu Bayahlupheka è stata rilasciata nel 1982, nell’album “Umthombo Wamanzi”.

Canzoni più popolari di Ladysmith Black Mambazo

Altri artisti di World music