Ngathwala Ngaye

Mondli Ngcobo, Kelly Khumalo

Maye maye
Maye
Maye maye
Maye

Awu k'phel' umoya mang'cabanga ngawe
Phela wen' umy dali forever
Sek'phel' ioxygeni mang'cabanga ngawe
Phela wen' umy dali forever

Awubhek' indlela, indlel' indlel' ong'buka ngayo
Yey' ungaz' ufunge ngathwala ngaye
Awubhek' indlela indlel' indlel' ong'buka ngayo
Yeb' ungaz' ufunge ukuthi ngasebenza ngaye

Maye maye
Ngamthand' umuntu kwab'hlungu kimi womadoda yini
Maye maye
Ngamthand' umuntu kwab'hlungu kimi oh yini omama

Kuxeg' amadolo mina mangizw' iphimbo lakho
Selokhungakhona
Never loved like this before
Weh kuxeg' amadolo mina
Mangizw' iphimbo lakho
Selokhungakhona
Never loved like this before
Awubhek' indlela
Indlel' indlel' ong'buka ngayo
Yey' ungaz' ufunge
Wathwala ngami
Awubhek' I ndlela
Indlel' indlel' ong'buka ngayo
Yey' ungaz' ufunge
Wathwala ngami

Maye maye (Maye maye maye maye maye)
Ngamthand' umuntu kwab'hlungu kimi wemaye
Maye maye (Maye maye maye maye maye)
Ngamthand' umuntu kwab'hlungu inhliziyo

Maye maye (Aw way way way before)
Bangifuna phansi phezulu mina nginomuntu wami
Maye maye (Maye maye maye maye maye)
Ngangik'mfuna phansi phezulu wena
Aw way way way before konke lokho kuqalile
Ngangik'mfuna phansi phezulu wena

Maye maye (Maye maye maye maye maye)
Ngaze ngamthanda umuntu kwabuhlungu kimi maye (Maye may)
Maye maye (Maye kwabuhlungu inhliziyo)
Ngamthand' umuntu kwab'hlungu inhliziyo (Oh maye)

Curiosità sulla canzone Ngathwala Ngaye di Kelly Khumalo

In quali album è stata rilasciata la canzone “Ngathwala Ngaye” di Kelly Khumalo?
Kelly Khumalo ha rilasciato la canzone negli album “The Voice Of Africa” nel 2020 e “Love Affair - EP” nel 2021.
Chi ha composto la canzone “Ngathwala Ngaye” di di Kelly Khumalo?
La canzone “Ngathwala Ngaye” di di Kelly Khumalo è stata composta da Mondli Ngcobo, Kelly Khumalo.

Canzoni più popolari di Kelly Khumalo

Altri artisti di Middle of the Road (MOR)