Ngeke

Bath'abantu mina ngeke (Ngeke ngiphumelele)
Kusho abantu ngami (Ngeke ngiphumelele)
Bath'abantu mina ngeke (Ngeke ngiphumelele)
Ngizwile ngabantu, bath'angeke ngiphume lutho (Ngeke ngiphumelele)

Kodw'iZulu lona lithi kimi (Nginamandla)
Nginamandla (Wokunqoba zonk'izimo)
Ngeke ngihlulwe lutho, hayibo (Ngeke ngahlulwa lutho)

Kodw'uJehova uthi yena ngi (Nginamandla)
Nginamandla wok'wenza konke (Wokunqoba zonk'izimo)
Yebo haa, ngeke ng'hlulwe lutho yebo (Ngeke ngahlulwa lutho)

Bath'abantu ngek'uwakh'umuzi, siyafunga (Ngeke ngiphumelele)
Bath'abantu ngek'ushade, siyafunga (Ngeke ngiphumelele)

Uth'uThixo ngiya-deserve (Nginamandla)
Unamandla Sonini nanini (Wokunqoba zonk'izimo)
Uthe angikhulume kw'enzeke (Ngeke ngahlulwa lutho)

Yebo nginamandla (Nginamandla)
Wok'wenza konke (Wokunqoba zonk'izimo)
Emhlabeni ngiyanqoba (Ngeke ngahlulwa lutho)
Izimo ngiyanqoba

Kodw'uThixo uthi nginamandla (Nginamandla)
Wokukhuluma kwenzeke (Wokunqoba zonk'izimo)
Ngeke ng'hlulwe lutho, hayibo (Ngeke ngahlulwa lutho)

Bath'abantu kimi (Ngeke ngiphumelele)
Kodw'iZulu lathi kimi (Ngeke ngahlulwa lutho)
Ngibazwile abantu bethi ngiyahluleka (Ngeke ngiphumelele)
Kodw'iZulu lathi kimi (Ngeke ngahlulwa lutho)

Nakuwe ngiyazi bashilo bathi (Ngeke ngiphumelele)
Futhi ngiyazi ne'Zulu lithe (Ngeke ngahlulwa lutho)

Lalela kunamandla asegazini (Nginamandla)
Kunamandla asegazini (Wokunqoba zonk'izimo)
Uqaka zonk'izibopho (Ngeke ngahlulwa lutho)

Kunamandla asegazini asegazini likaYesu (Nginamandla)
Bambelela kuye, bambelela kuye (Wokunqoba zonk'izimo)
Nam ngiyabambelela kuye (Ngeke ngahlulwa lutho)

Canzoni più popolari di Jumbo

Altri artisti di Reggaeton