Akamdeli

MDUMISENI NZIMANDE, MXOLISI MFUNDO MHLONGO

Akaliphonsi (Akaliphonsi)
Ithawula (Ithawula)
Akamdeli (Akamdeli)
Umuntu Wakhe (Umuntu Wakhe)

Unecebo (Unecebo)
Elihle ngaye (Elihle ngaye)
Ungowenhliziyo Yakhe

Akaliphonsi (Akaliphonsi)
Ithawula (Ithawula)
Futhi akamdeli (Akamdeli)
Umuntu wakhe (Umuntu Wakhe)

Uneceb'elihle ngawe (Unecebo)
Elihle ngawe (Elihle ngaye)
Akamlahli ungowakhe

Sekuphelile iminyaka
Uboshiwe ngoba wonile emphakathini
Abangani bakho bekulahlile
Nabakini bekushile

Kodwa uJehova (Akaliphonsi)
Akaliphonsi ithawula (Ithawula)
Futh'angeke akudele (Akamdeli)
Umuntu Wakhe akamshiyi (Umuntu Wakhe)

Uneceb'elihle ngawe (Unecebo)
Elihle ngawe (Elihle ngaye)
Ngiyamethemba, ngiyamethemb'owaseCalvari

Mus'ukukhathezeka mntakababa (Akaliphonsi)
Ukhon'uJehova (Ithawula)
Noma ngabe ubhekane nani (Akamdeli)
Themba Yena kuphela (Umuntu Yakhe)

Khulum'lizwi (Unecebo)
Unecebo ngawe (Elihle ngaye)
Angeke, angeke akushiye

Akaliphonsi (Akaliphonsi)
Ithawula (Ithawula)
Wen'ungayeka kanjani ukumkhonza (Akamdeli)
Ngoba angeke yen'akudele (Umuntu Wakhe)

Kuleyo nking'obhekane nayo ukhona (Unecebo)
Unecebo ngawe (Elihle ngaye)
Methembe ngoba yen'uyakuthanda

Curiosità sulla canzone Akamdeli di Jumbo

Chi ha composto la canzone “Akamdeli” di di Jumbo?
La canzone “Akamdeli” di di Jumbo è stata composta da MDUMISENI NZIMANDE, MXOLISI MFUNDO MHLONGO.

Canzoni più popolari di Jumbo

Altri artisti di Reggaeton