Sengiyacela [Live]

Kungaba ntoni manje
Ezongibamba la
Ngifuna inhliziyo
Emhlophe ithe qhwa
Ngokuba kungengene, ekhaya leliya
Into engcolileyo, na yodwa

Kungaba ntoni manje
Ezongibamba la
Ngiyayfuna lenhliziyo
Emhlophe ithe qhwa
Ngokuba kungengene, ekhaya le leliya
Into engcolileyo, na yodwa

Kungaba ntoni manje (Kungaba ntoni manje)
Ezo (Ezongibamba la)
Ngiyayifuna le'nhliziyo (Ngifuna inhliziyo)
Emhlophe ithe qhwa (Emhlophe ithe qhwa)
Khona ngokuba kungengene (Ngokuba kungengene, ekhaya leliya)
Into engcolileyo (Into engcolileyo, na yodwa)

Kungaba ntoni manje (Kungaba ntoni manje)
Ezongibamba (Ezongibamba la)
Ngiyayifuna le'nhliziyo (Ngifuna inhliziyo)
Emhlophe ithe (Emhlophe ithe qhwa)
Khona ekhaya leliyana (Ngokuba kungengene)
Ekhaya leliyana (Ekhaya leliya)
Into engcolileyo (Into engcolileyo, na yodwa)

Sengiyacela Nkosi (Sengiyacela Nkosi)
Kuba ngiphiwe law'amandla (Kuba ngiphiwe ke)
Amandla ngiwadinga (Amandla engiwadinga)
Kuba ngifike le (Kuba ngifike le)
Ngokuba izilingo (Ngokuba izilingo)
Zingihaqile lana (Zingihaqile la)
Ngiyahluleka (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)

Sengiyacela Nkosi (Sengiyacela Nkosi)
(Kuba ngiphiwe ke)
Ngiphiwe law'amandla (Amandl'engiwadinga)
(Kuba ngifike le)
Ngokuba izilingo (Ngokuba izilingo)
Zingihaqile lana (Zingihaqile la)
Ngiyahluleka (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)

Ngiyahluleka (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)
Ngiyahluleka uma ngingedwa (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)
Angikwaz'ukuhamba uma (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)
Ngiyawadinga law'amandla (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)

Into engcolileyo (Into engcolileyo, yona yodwa)
Ayingen'ekhaya leliyana (Into engcolileyo, yona yodwa)
Ngiyahluleka (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)
Ngiyahluleka (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)

Ngiyahluleka (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)
Ngiyahluleka uma ngingedwa (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)
Ngiyawadinga law'amandla (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)
Ngiyawadinga law'amandla (Ngiyahluleka uma-uma ngingedwa)

Canzoni più popolari di Joyous Celebration

Altri artisti di Gospel