Ngiyafuna [Live]

Come on everybody it's time to magnify

Ngiyavuya mawubus'impilo yami (Oh)
Ibe ngeyakho Simakade (Oh, oh)
Noma ngabe kwenze njani (Somandla wena bus'impilo yami)

Ngiyafuna bus'impilo yami (Oh)
Ibengeyakho simakade (Oh, oh)
Noma ngabe kwenze njani (Somandla wena bus'impilo yam)

Sithi ngob'intando lemnandi
You say (Ingeyakho Simakade noma ngabe kwenzenjani)
Somandla wena bus'impilo yam (Ngob'intando emnandi)
Ingeyakho (Ingeyakho Simakade noma ngabe kwenzenjani)

Somandla wena bus'impilo phakama, phakama, yeah (Phakama)
Emoyeni wami (Phakama)
Noma ngabe kwenzenjani (Somandla wena bus'impilo yam)

Phakama emoyeni wami, enqondweni yami (Phakama)
Phakama Somandla (Phakama)
Noma ngabe kwenzenjani (Somandla wena bus'impilo yam)

Sithi busa wena, bus'impilo yami (Busa)
Ingqondo yami (Busa)
Umoya wami (Somandla wena bus'impilo yami)

Sithi busa wena, busa lendawo (Busa)
Sithi bus'umoya wakho (Busa)
Noma ngabe kwenzenjani (Somandla wena bus'impilo yam)

Sith'amandla ngawakho, amandla ngawakho (Amandla ngawakho)
Nobungcweliswa bungobakho (Nobungcweliswa bungobakho)
Uhlel'esihlalweni (Uhlel'esihlalweni)
Uyabusa naphakade (Uyabusa naphakade)

Sith'amandla ngawakho (Amandla ngawakho)
Nobungcweliswa bungobakho (Nobungcweliswa bungobakho)
Uhlel'esihlalweni (uhlel'esihlalweni),
Uyabusa naphakade (Uyabusa naphakade)

Say woh oh uwoh (Woh oh, woh oh)
Say woh uwoh oh (Woh oh, woh oh)
Woh uwoh oh (Woh oh, woh oh)
Woh uwoh oh (Woh oh, woh oh)

Sithi woh uwoh (Woh oh, woh oh)
Woh uwoh (Woh oh, woh oh)
Woh uwoh (Woh oh, woh oh)
Hey (uwoh oh, uwoh oh)

Curiosità sulla canzone Ngiyafuna [Live] di Joyous Celebration

Quando è stata rilasciata la canzone “Ngiyafuna [Live]” di Joyous Celebration?
La canzone Ngiyafuna [Live] è stata rilasciata nel 2012, nell’album “Joyous Celebration 16”.

Canzoni più popolari di Joyous Celebration

Altri artisti di Gospel