Wonke Amehlo Azombona

Lungisela uJehova iNkosi yeZulu
Ngoba yen'uyeza uza masinyane
Uzolanda ibandla lakhe

(Iyeza)
(Iyeza)
(Iyeza)
(Masinyane)
Futhi (Wonk'amehlo azoyibona)
Azoyibona uJehova (iNkosi uJehova)

Ngoba yon'iyeza (Iyeza)
iNkosi yam iyeza (Iyeza)
Ishilo yath'iyeza (Iyeza)
Iza masinyane (Masinyane)
Wonk'amehlo azoyibona (Wonk'amehlo azoyibona)
Azoyibona uJehova (iNkosi uJehova)

Bazalwane lungiselani
Lungiselani uJehova ngoba yena iNkosi
UyiNkosi yeZulu
Ushilo wath'uyeza, uza ngamafu
Uzolanda ibandla lakhe

Ngoba iyeza Baba (Iyeza)
Ngoba yon'iyeza (Iyeza)
iNkosi yam iyeza (Iyeza)
Iza masinyane (Masinyane)
Wonk'amehlo (Wonk'amehlo azoyibona)
Azoyibona uJehova (iNkosi uJehova)

Ngob'iyeza ma (Iyeza)
Ngoba'iyeza (Iyeza)
Ngob'iyeza (Iyeza)
Iza masinyane (Masinyane)
Wonk'amehlo azoyibona (Wonk'amehlo azoyibona)
Azoyibona uJehova (iNkosi uJehova)

Ushilo wath'uyeza wonk'amehlo (Wonk'amehlo azoyibona)
Azoyibona, iNkos'uJehova (iNkosi uJehova)
Wonk'amehlo azoyibona (Wonk'amehlo azoyibona)
Azoyibona, azoyibona uJehova (iNkosi uJehova)
Wonk'amehlo, azoyibona leNkosi (Wonk'amehlo azoyibona)
Azoyibona leNkosi (iNkosi uJehova)

Wonk'amehlo azoyibona
Azoyibona uJehova
Hallelujah

Canzoni più popolari di Jabu Hlongwane

Altri artisti di Gospel