Isiphepho

Nkosi ubhek' isiphepho
Namaza ngamaza agubhayo
Nezulu seliguqubele
Akukho akukho ongasisiza

Lapho ulalelwa ngamaza la
Uyalalelela (thula thula, thula thula)
Noma ulwandle lugubhayo
(Noma amadimoni) noma amadimoni alingayo
Ungesishonis' isikepe lesi
EsinoSomandla phakathi le (angeke usishonise)
Uhu uyalalela umoya wam
Uma uthi thula thula uthi nya

Nkosi sengathi ungavuka manje
Usisindise usisindise thina
Ngokuba nguwena uSomandla
Onakho onakho ukusisiza (ngob' uyalalelwa)

Lapho ulalelwa ngamaza la
Uma ethi thula (thula thula, thula thula)
(Noma) noma ulwandl' olugubhayo
Noma amadimoni alingayo
Ungesishonis' isikepe lesi (olugubhayo namadimoni)
EsinoSomandla phakathi le (angeke angeke)
Uyalalela umoya wam
Uma uthi thula thula uthi nya

Ngoba uJesu uyalalelwa
Lapho ulalelwa ngamaza la
Uma ethi thula (thula thula, thula thula)
Noma ulwandl' olugubhayo (noma ulwandl' olugubhayo)
Noma amadimoni alingayo
Ungesishonis' isikepe lesi
EsinoSomandla phakathi le
Uyalalela umoya wam
Uma uthi thula thula uthi nya
Thula thula thula

Lapho ulalelwa ngamaza la
Thula thula uthi nya

Canzoni più popolari di Jabu Hlongwane

Altri artisti di Gospel