Side Z

Lindo Phewa

Side Z
Angaz nokuthi gingival kuphi, mangingathi ngibeka lendaba
Ngicathi usukubekile konke , and vele okwami kumubalwa
Angeke ngihlehle ngize ngifike ekutheni sazana kanjani
Nokuthi ukuthi ubani oqala kuqala, ntanga akusena ndaba

Indaba la, angithi vele estradini kudala besimele
Ilokhu obekumele kwenzeke after i-Street Government
Still sisangakwenza, cause vele ne-skill asikazuku phela
Nomdali uzosinceda, zonke lezifiso esinazo sizifeza

Ene, asithi-rewind ingqondo, sikhumbuza umshini
Ngiyazi imina owakufaka omdlandla wakwenza wa-believe
Ngathi wanya wanya ku mgodla, ngakudonsela okusa nsimbi
Uthe mawuqala ubhala as a solo, kwahlanya ilokishi

Akaze ngakukhohlisa, ngangazi estradi .kuzobila
Ngangazi untwana uzogijima, ngiyomufela noma nini
Ebusuku nasemini, siginqika, lsibamba insimbi isashisa
Sazitshela never sa-quit, kuze kufike izinsuku zokugcina

Sigida bekikiza, besibiza, bethi iy'nsizwa ziyayi bhikla
Sifike la be leader, salijika ijika, izinto zashintsha
Ngakumina kwaba ney'nkinga, lagcina isaka lidilika
Kwangathi iy'nsuku zokuphila ziyancipha ntwana ngikudina

But then, kumele wazi ukuthi awukaze wangikweleta
Mina konke engakwenza, ngakwenza ngoba ngangikufeka
Njalo masikgereza, ubungiphelezela unginikeze ithemba
Ayi ngoba ngangikuthenga, mangi earn i-cent ngili shera

Lithe maselingena ngakuwena, mangibheka izibalo ziyaxega
Ngathuka ngazwela, ngazitshela, ngeke ngikwazi ukukutshela
Izinsuku maziphela, wangisondela, wase ucela ngizokinceda
Ngakuphakamela, wabuzwa, waphika indaba wahlehla
.. Eish isimo owawukusoba ngasi understand
Wawungeke uchuze sayidi lami, uyeke eloku khanda-cash
Kuphela engangikudinga kuwena, ukuyibona inja yam ungifela
Ukubona wena ungimela, ungibeka kumphema, imvula mayinetha

Eish, namanje mangiringa lento ntwana isangi hurt
Ngoba uthando ebenginalo for wena akaze lwaphela
And manje njeba sibangena, ngicela isikhiye ukusi bhera
Kungaphinde kungene muntu phakathi kwethu ongayona lento

Elami iqiniso galenza, nawe nja yam
Maybe uzokhumbula mhlazane, ukhipha wecwe elokuqala
Ngaku surprise, ngobhuti no sisiwakho ngibalanda ekhaya
Ngiyazi lokho wakuthanda, ngoba uhlezi ungikhumbuza ngakho

But then, ngosuku sengi-launch eyami.... eish
Wathi angiringe no mphathi wakho, but mina naye singazwani
Ngamshayela ngikudinga var
Wangishaya shaya, wathi nizobe ningekho nase-Natal

Mara ngosuku lomcimbi bangiyshela bathi usekasi
Ngaphendula ngathi akukwazi and ngeke inja yam ingilahle
Umangabe ubenqena umphathi, ubezovela okungenani
Lokho kwangiphula inhliziyo, bangiduduza enganginabo

... Konke obekwenzeka, benginoku blame uNgane
Ngithi uthatha izinto, usay ngane noma awunaki
Kunalo suku engeke ngilikhohlwe, sihambile sise Mpumalanga
Ngangivale isikhala sika Cndo, so uDJ ngingenaye

Mase kumele ngiyo perform, ngacela u - angidlalele
Wanqaba wathi bengiy'plane kanjan angiziphantele
Ngathola uMy selector endaweni ukuthi angizamele
Phela ila ngavuma khona, umfowethu akasophinde angifele

Ukwehla kwami e-stage, no nyembezi lwa landela
Kwadlula izinyanga, ikhaya esasinalo laphela
Kwadlula izinyanga nekari yam ngayi surrender
Kwavele kwacaca nge-career yami iyaphela

Kwamele ngipaquze ngihlanganise le IBN
Ngikhave le brand, ngizame ukuyi brand, izinto zami zi bad
Nesaka belingekho, but i-ghetto belihlala lingibhekha
Okuningi ngakusho kwi NGIYABONGA bengicela niyomamele

Eish... Iy'tori azime, ake sijabule nje ntwana
Noma kunzima, zinyakazise sipaquze isaka
Sibadala sibangaka namanje angibazi abantwana bakho
Akaze ngabathwasa, ngifisa ukuba bamba ngezandla zami

Ngifisa bazi ubaba unethalente elogebhula umhlaba
Eloketula izintaba, qina thambo, siyogcwala amathafa
Siyiqale ngothando, sifela umphando, la ayigcwale amasaka
Sibathobe izinhliziyo ngoalmbano lusangabumba noMhlaba

Curiosità sulla canzone Side Z di Duncan

Chi ha composto la canzone “Side Z” di di Duncan?
La canzone “Side Z” di di Duncan è stata composta da Lindo Phewa.

Canzoni più popolari di Duncan

Altri artisti di Pop rock