Thandanani

Bathi bakhulima amanga uya kwa sathane" yoyoyo uyabezwa na?
Bathi bakhulima amanga uya kwa sathane" yoyoyo yohiyo"
Uthetha amanga ngabantu uwaletha lapha ekhaya"
Sixabana sodwa kundaba zabantu
Uphul'imizi ngamanga thina sithembele enkosini"

Phakamani yo) phakamani yo phakamani yo"
(Bambanani yo) bambanani yo bambanani yo"
(Thandanani yo) thandanani yo thandanani yo"
Kancane kancane yo"

Bathi bakhulima amanga uya kwa sathane' yoyoyo yohiyo"
Halleluja halleluja' kuyoze kube nini kukhulunywa amanga"
Ho iqiniso iyababa kodwa amanga amunande iyoyoyo"
Awu kancane kancane' kancane kancane iyohiyo"

(Phakamani yo) phakamani yo phamani yo"
(Bambanani yo) bambhanani yo bambanani yo"
(Thanda nani yo) thanda nani yo thandaga nani yo"

Ngiyakhonza kubo bonke abamameli' emakhaya , ezibhedlela , ema taxini , ezitimeleni nase mikhukhwini
Nginifisela inhlanhla kayo yoke into eliyenzayo , aba sikutshela amanga ngithi abakhulume iqiniso , abagulayo ngibafisela ukuphila , Ngithi kubo isifo singena kalula ngoba siphuma kanzima , ngithi bangalilahli ithemba bazophila , abantu abajuluke emphakathini Ayisebenzi indaba yokuthi silwe sodwa sithi nangu umzulu , nangu umsuthu , nangu umxhosa , nangu umshangane isibisela emuva leyonto masthandaneni bakithi! kancane kancane' kancane kancane""

(Thandanani yo) thandanani yo thandanani yo (hololo)
(Bambanani yo) bambanani yo bambanani yo
(kancane kancane bo) kancane kancane kancane Kancane
(Bambanani yo) bambanani yo bambaa nani yo (iyoyoyo)
(Bambanani yo) bambanani yo bambanani yo
(kancane kancane bo) kancane kancane kancane Kancane

Canzoni più popolari di Condry Ziqubu

Altri artisti di African music