Ngisendleleni

NDUMISO SIYABULELA MDLETSHE, SIPHELELE MBONGI DUNYWA

Ngisendleni my love, ngisendleni
Ngisendleni my love, ngisendleni
Ngizofika kuwe, ngizofika kuwe
Ngizofika kuwe, ngizofika kuwe (Ngizofika)

Awushaye izule lemoto
Emanje kuphela amaplan
Awushaye izule lemoto
Emanje kuqhaqham' ikhanda
Itraffic ing'bambile kuhighway
Neskoroskoro sami sesenza kancane
Uma kushona ilanga we'll be wiling
We'll be wiling wawa
Awu ngithi woza sthandwa indoda izobamba-bamba
Sekukdala-dala sekuphel' ishumi leminyaka

Ngisendleni my love, ngisendleni
Ngisendleni my love, ngisеndleni
Ngizofika kuwe, ngizofika kuwe
Ngizofika kuwе, ngizofika kuwe
Ngisendleni my love, ngisendleni
Ngisendleni my love, ngisendleni
Ngizofika kuwe, ngizofika kuwe
Ngizofika kuwe, ngizofika kuwe

Inhliziyo yami ikhathele
Nale mizwa yami iyadilika
Inkumbulo manje iyamemeza
Makushona ilanga sthandwa ngizotheleka
Ngibulawa yisizungu
Iqhinga leli kumele silisungule
Ngibulawa yizinhlungu
Lenkinga lena kumele ixazululwe
Kambi umngani wami uneskoroskoro
Ngivele ngiyehle naye
Ngikhathele ukugcina mfolomfolo

Ngisendleni my love, ngisendleni
Ngisendleni my love, ngisendleni
Ngizofika kuwe, ngizofika kuwe
Ngizofika kuwe, ngizofika kuwe
Ngisendleni my love, ngisendleni
Ngisendleni my love, ngisendleni
Ngizofika kuwe, ngizofika kuwe
Ngizofika kuwe, ngizofika kuwe (Ngizofika)

Canzoni più popolari di Blaq Diamond

Altri artisti di Afrobeats