Sakhiwe

BENJAMIN DUBE

Awu Nkosi yam
Hoo ngithi mina sakhiwe (Sakhiwe)
Sakhiwe thina (Phezu kwesisekelo)
Ngithi mina sakhiwe (Sakhiwe)
Phezu kwesisekelo Baba (Phezu kwesisekelo)
Sabapostole Baba (Sabapostole Baba)
Nabaprofethi (Kanye nabaprofethi)

Ngithi mina sakhiwe (Sakhiwe)
Phezu kwesisekelo Baba (Phezu kwesisekelo)
Ngithi mina sakhiwe (Sakhiwe)
Phezu kwesisekelo Baba (Phezu kwesisekelo)
Sabapostole Baba (Sabapostole Baba)
Kanye Nabaprofethi (Kanye nabaprofethi)
Ake siyibambe

Awu Nkosi yam

Bese sithi Jesu, Jesu (Jesu, Jesu)
Ungumelusi wethu (Ungumelusi wethu)
Ngithi mina Jesu, Jesu (Jesu, Jesu)
Ungumholi wethu Baba (Ungumelusi wethu)
Nabapostole Baba (Nabapostole Baba)
Kanye Nabaprofethi (Kanye nabaprofethi)

Bese mina ngithi Jesu, Jesu (Jesu, Jesu)
Ungumelusi wethu Baba (Ungumelusi wethu)
Ngithi Jesu, Jesu (Jesu, Jesu)
Ungumelusi wethu Baba (Ungumelusi wethu)
Kanye nabapostole Baba (Nabapostole Baba)
Awu kanye nabaprofethi (Kanye nabaprofethi)
Nabapostole Baba (Nabapostole Baba)
Kanye Nabaprofethi (Kanye nabaprofethi)

Awu nabapostole Baba (Nabapostole Baba)
Kanye Nabaprofethi (Kanye nabaprofethi)

Bese mina ngithi Jesu, Jesu (Jesu, Jesu)
Ungumelusi wethu Wena (Ungumelusi wethu)
Ngithi Jesu Jesu (Jesu, Jesu)
Ungumelusi wethu Baba (Ungumelusi wethu)
Nabapostole Baba (Nabapostole Baba)
Nabaprofethi (Kanye nabaprofethi)
Nabapostole Baba (Nabapostole Baba)
Kanye Nabaprofethi (Kanye nabaprofethi)

Ngithi mina sakhiwe (Sakhiwe)
Phezu kwesisekelo Baba (Phezu kwesisekelo)
Ngithi mina sakhiwe (Sakhiwe)
Phezu kwesisekelo Baba (Phezu kwesisekelo)

Curiosità sulla canzone Sakhiwe di Benjamin Dube

Chi ha composto la canzone “Sakhiwe” di di Benjamin Dube?
La canzone “Sakhiwe” di di Benjamin Dube è stata composta da BENJAMIN DUBE.

Canzoni più popolari di Benjamin Dube

Altri artisti di Gospel